

2,379 imibono eyethulwe kuhulumeni (ivaliwe ngomhla ka-13 Meyi 2022)
IKomidi Lephothifoliyo Lemisebenzi Yezobulungiswa Nezokuhlunyeleliswa Kwezimilo licubungule izichibiyelo kuMthethosivivinywa Wezinjongo Ezizimele [B19 – 2020].
Ikomidi limeme abathintekayo/ababambe iqhaza ukuthi benze izethulo ezibhalwe phansi mayelana neziphakamiso zokwelula isihloko soMthethosivivinywa ukuze, ngaphezu kwalokho, kuhlinzekelwe:
-
- imisebenzi yezentengiselwano maqondana ne-cannabis yokuzijabulisa;
- ukutshala, ukuphatha kanye nokuhlinzeka ngezitshalo nensangu yimiphakathi yamasiko noma yezenkolo noma izinhlangano ngezinhloso zamasiko noma zenkolo; futhi
- ukusetshenziswa kwe-cannabis ekwelapheni noma kwemithi;
Skrolela phansi ukuze ubeke izwi lakho. Uma ungaqiniseki ukuthi uzothini, sicela uchofoze inkinobho eluhlaza ngezansi ukuze uthole isifinyezo nolwazi olwengeziwe.

